Kubulawe obevikela unkosikazi

2013-02-22 10:04

Durban - Kugwazwe kwabulawa indoda ngaserenki yamatekisi ePinetown ngesikhathi izama ukuvikela unkosikazi wayo kulowo obezama ukuyigcweleza, kusho amaphoyisa.

UJoseph Khomo, 48, ubejigimela ngakunkosikazi wakhe ngesikhathi egwazwa esiswini.

UCaptain Thulani Zwane uthe ngoLwesithathu, unkosikazi kaKhomo waba nengxabano nendoda eyabe isimgwaza engalweni.

Abezimo eziphuthumayo bathi lo wesifazane ubegetshengwa wase ememeza umyeni wakhe.

UKhomo ugwazwe esiswini ngenduku, kusho uZwane, washonela endaweni yesehlakalo.

Okhulumela i-ER24 uDerrick Banks uthe owesifazane uthole imihuzukwana wayiswa esibhedlela.

Amaphoyisa ayaphenya, akukaboshwa muntu.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Akamukelekile kuleli u-TB Joshua - ANCYL

Emizuzwini eyi-51 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Sunny. Mild. Pta: 12-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-22°C Sunny. Mild. Bloem: 12-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-28°C High level clouds. Warm. PE: 17-26°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...