Kubulawe obesolwa ngobubhoklolo esikoleni

2012-11-21 08:18
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kuboshwe umfundi ka-Grade 11 e-East Rand mayelana nokudubula abulale omunye umfundi athi ubemnyuka esikoleni, ngokusho kwamaphoyisa.

Lo mfundi, 18, uzovela eNkantolo yeMantshi yaseVosloorus ngamacala okubulala nokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni, kusho uCaptain Pinky Tsinyane.

Okhulumela uMnyango wezeMfundo eGauteng uCharles Phahlane uthe lo mfundi ka-Grade 11 wasePhineas Xulu Secondary School, eVosloorus, eBoksburg, webe isibhamu sikanina.

Kuthiwa umama wakhe uyiphoyisa likamasipala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-21°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 14-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...