Kubulawe izintandane zaseKZN

2011-12-22 12:52

Durban – Abesilisa abathathu babulale izintandane, badubula balimaza nendodana yabo eBurbreez, eTongaat ekuseni ngoLwesine, kusho amaphoyisa waKwaZulu-Natal.

"Usomabhizinisi odumile, uBalaram Reddy, 56, nomkakhe, uMaliga Reddy, 52, badutshulwe babulawa ngesikhathi besalele," kusho okhulumela amaphoyisa, uColonel Jay Naicker.

Indodana yabo, uNivashin Reddy, 27, idutshulwe emqolo, wagwazwa.

Usesimeni esibhucayo esibhedlela.

"Kuthiwa uBalaram, uMaliga noNivashin bebelele ngesikhathi kungena abesilisa abathathu ekhayeni labo, babahlasela."

Omunye womndeni obesekhaya ngesikhathi bekhona akahlaselwanga.

UNaicker uthe amaphoyisa ayaluphenya loludaba.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-25°C Isolated tstorms. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 14-19°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-21°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-25°C Numerous showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...