Kubulawe isalukazi eDullstroom

2012-02-24 08:24

Johannesburg - Uhlukunyezwe washaywa waze washona owesifazane, 78, konke lokhu kwenziwa nga-ayina elishiysayo ekhaya lakhe eliseDullstroom, eMpumalanga, ngokombiko wephephandaba ngoLwesihlanu.

UJohanna Moore utholakale elele echibini legazi ngoLwesine ekuseni.

Ubenezilonda zokusha kabi ebusweni nasezingalweni, kubika iBeeld.

Kusolakala ukuthi lesi sigameko senzeke ngoLwesithathu ebusuku.

UMoore, ongowokudabuka eNorway ubesehlale eDullstroom iminyaka engu-22.

Owamaphoyisa uSergeant Johannes Maseko uthe imbangela yalokhu kubalawa kusolakala ukuthi bekuwukuphanga.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Cool. Pta: 19-32°C More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 18-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...