Kubulawe isalukazi e-E Cape

2012-12-05 08:00

Johannesburg - Owesifazane osekhulile utholakale ebulewe emzini wakhe oseButterworth, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape, nathi kusolakala ukuthi uqale ngokudlwengulwa.

Lo wesifazane, ohlala yedwa elokishini eMangweni, utholwe ngumakhelwane, kusho uCaptain Jackson Manatha.

Ubenenxeba kwesingezansi, enezibazi emqaleni, esho.

Amaphoyisa asola ukuthi udlwenguliwe ngaphambi kokuthi abulawe.

Bekungakaboshwa muntu ngalesi sigameko.

“Umkhuzi wamaphoyisa eButterworth uBrigadier Mzimasi Vukani usihlabile lesi senzo esiwubulwane," kusho uManatha.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Sunny. Cool. Pta: 15-23°C a few showers. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 13-19°C a few showers. Breaks of sun late. Mild. Bloem: 14-21°C a few showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 18-26°C More clouds than sun. Mild. PE: 19-30°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...