Kubulawe indoda eReiger Park

2013-01-31 07:43

Johannesburg - Kudutshulwe kwabulawa owesilisa esigamekweni sokudubula eReiger Park ngaseBoksburg, kusho amaphoyisa aseGauteng ngoLwesine.

Indoda, 42, idutshulwe ngabo-11:00 ngoLwesithathu ngesikhathi kuma imoto yohlobo lwe-VW Golf enamadoda amathathu phakathi, ngaphandle komuzi wayo, kusho uSergeant Mashudu Phathela.

"Ababili baphume emotweni base bathi ukutholana kancane ngamankomane nale ndoda, ibe isikhipha isibhamu iyadubula. Nabo bahoshe ezabo bayidubula yashona."


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-15°C Mostly sunny. Cool. Pta: 10-30°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-25°C Morning clouds. Mild. Bloem: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-30°C Sunny. Warm. PE: 12-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...