Kubulawe ekuthiwa babambe inkunzi

2013-02-19 16:13

Johannesburg - Amadoda amabili ashaywe abulawa ngamalungu omphakathi, ngemuva kwezinsolo ezithi abambe inkunzi isuphamakethe esifundeni saseMbombo, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

Okhulumela amaphoyisa uMajor Ernest Sigobe uthi amadoda amabili aneminyaka engu-24 no-33, ahlaselwe yiqulu ngoMsombuluko.

Laba bashaywe babulawa, ngemuva kokubamba inkunzi bephethe imibese, oyedwa ukwazile ukubaleka.

Akukaboshwa muntu okwamanje, kusho uSigobe.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C a few showers. Morning clouds. Mild. Pta: 18-24°C Light rain. Morning clouds. Mild.
Jhb: 15-20°C Scattered showers. Decreasing cloudiness. Mild. Bloem: 16-25°C Numerous showers. Partly sunny. Mild.
Dbn: 19-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...