Kubulawe abazingeli bobhejane

2012-08-29 16:30

Johannesburg - Bathathu abantu ababulawe bezama ukuzingela obhejane, ezinsukwini ezimbili ezedlule, kusho abakwaSANParks.

Omunye umzingeli ulimele abanye abathathu baboshwa, kusho okhulumela abakwaSANParks uReynold Thakhuli, esitatimendeni.

Umzingeli oyedwa ubulawe esiqiwini iKruger National Park ngoMsombuluko, abaqaphi bathole isibhamu kanye nezimpondo zobhejane.

Ngawo uMsombuluko kuboshwe abanye abathathu abasolwa ngakho ukuzingela obhejane, laba babanjwe nesibhamu nezimbazo.

NgoLwesibili abaqaphi badubule babulala abazingeli ababili kwalimala oyedwa.
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-26°C Heavy rain late. More clouds than sun. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...