Kuboshwe umshayeli obedle amankwebevu

2011-11-01 07:20

Durban - Ugcinwe esitokisini umshayeli weloli wabekwa icala lokushayela budedengu edle amanzi amponjwana emuva kokuhluleka ukulawula iloli washayisa izimoto ezimbili eZotsha.

ULieutenant Colonel Zandra Wiid uthe umshayeli waleli loli ubelibangise ngasePort Shepstone ngesikhathi kwehla le ngozi.

“Ube eseshayisa izimoto ezikomunye umzila," esho.

Abebekulezi ezinye izimoto bathole imihuzukwana.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 14-29°C Rain late. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 11-25°C Numerous showers. High level clouds. Mild. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 15-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...