Kuboshwe umdlali weSundowns

2011-09-15 13:23

Pretoria – Kuboshwe umdlali weMamelodi Sundowns ngokushayela imoto ephuzile ePitoli ngoLwesine, kusho amaphoyisa.

Lo mdlali, oneminyaka engu-25 ubudala umiswe ngo-02:50 ekuseni ngaseSunnyside, kusho uLieutenant Colonel Tshisikhawe Ndou.

Uthe lo mdlali ebeshayela iVolkswagen Golf ecaleni elingafanele lo mgwaqo. UNdou uthi lo mdlali ebengakwazi ngisho ukukhuluma into eqondile.

"Ebenuka utshwala kanti uboshelwe khona lapho ngokushayela ephuzile. Uzovela enkantolo ngoLwesihlanu."

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Partly cloudy. Mild. Pta: 10-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C Showers early. More sun than clouds. Cool. PE: 13-19°C Showery. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...