Kuboshwe owesilisa ngelokuthumba

2012-07-11 07:27
Yabelani Shicilela

Cape Town - Kuboshwe owesilisa ongowokudabuka eNigeria ngezinsolo zokuthumba intombazane, 16, eBellville, kusho uMkhandlu waseKapa.

Okhulumela umkhandlu uRichard Bosman uthe lo wesilisa uboshwe ngoMsombuluko emuva kokuthi belunywe indlebe ngokuthi uyathinteka ekuthunjweni kwale ntombazane yaseDurbanville.

Le ngane ihlengwe ngenyanga eyedlule eParksig Villas, eBellville, nalapho ayephoqwa khona ukuba adle izidakamizwa aphinde adayise ngomzimba.

Umsolwa, 39, uzovela eNkantolo yeMantshi yaseBellville ngoLwesithathu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-24°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-17°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...