Kuboshwe owesilisa ngelokuphanga eKZN

2011-11-18 07:53

Durban -  Kuboshwe owesilisa osolwa ngokuntshontshela umashonisa waseRichmond imali engadalulwanga inani layo, kusho amaphoyisa.

“Owesilisa oneminyaka engu- 21 ubudala ozothwesa icala lokuphanga ehlomile nokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni,"  kusho uLieutenant Colonel Vincent Mdunge.

Abesilisa abahlanu bamise imoto eRichmond bakhomba abasebenzi ababili ngezibhamu ngoLwesine.

“Laba besilisa bathathe imali kumashonisa nezisebenzi zakhe babaphuca nezinye izinto zabo okubalwa kuzona iwashi lasesandleni,” esho.

Amaphoyisa athole imoto ababaleke ngayo laba besilisa ishiywe ehlathini elingaseceleni komgwaqo eRichmond.

Kube sekuboshwa oyedwa emuva kokuthi laba abanye begcwale amathafa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

I-EFF nayo isikhale ngoMbete

2014-09-16 18:40
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-19°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 11-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C High level clouds. Warm. PE: 16-23°C a few showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...