Kuboshwe owesilisa eZN ngelokuthumba

2012-05-31 12:07
Yabelani Shicilela

Durban - Kuboshwe owesilisa ngamacala okuthumba intombazane, 14, eyaduka emasontweni amabili edlule eDurban North, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoLwesine.

UCaptain Thulani Zwane uthe le ntombazane itholwe eMalvern ngoLwesithathu, ihleli nowesilisa, 35, nobe esebekwa icala lokuthumba.

Le ntombazane, uKaylene Lewis, wanyamalala ngoMeyi 20, kumanje uphunyiswe kudokotela ukuba ayohlolwa.

Lo wesilisa uzovela eNkantolo yeMantshi yaseThekwini kungekudala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-21°C Morning clouds. Mild. Bloem: 11-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 16-21°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...