Kuboshwe obulale indodana yakhe

2012-09-12 13:12

Durban - Kuboshwe uyise nendodana ngezinsolo zokubulala isihlobo obekukholakala ukuthi besingaphilile kahle ekhanda, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

"Abasolwa, abaneminyaka engu-62 no-20 ubudala, baboshwe ngoLwesibili eMfekayi Reserve eMtubatuba," kusho uColonel Vincent Mdunge.

Owesilisa, 62, washaya wagwaza indodana, eyihlanganyele nenye indodana yakhe, 20, kusho uMdunge.

Uthe le ndoda, 32, yabulawelwa ukuhlinza imbuzi kababa wayo ngaphandle kwemvume.

"Ngemuva kokuthi uyise esetholile ngalokhu, wathukuthela wase eyimpoqa ukuba iyidle yonke le mbuzi, nengakwazanga ukukwenza,” esho.

Wabe eseyishaya ngomshiza wayigwaza ngento ecijile, wase eyoyilahla emfuleni.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone isikhulu sikahulumeni eN West

Emizuzwini eyi-38 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. More sun than clouds. Warm. Bloem: 14-27°C Showers late. Broken clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Showers late. Mostly cloudy. Mild. PE: 15-19°C Showers early. Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...