Kuboshwe "obendiza" ngemoto

2012-12-14 16:26

Johannesburg - Kubanjwe umshayeli wemoto obeshayela ngesivinini esingu-228km/h, emgwaqeni u-N4, eMpumalanga, kusho uMnyango wezokuPhepha koMphakathi esifundazweni.

"Uthwese icala lokushayela budedengu, wagqunywa esiteshini samaphoyisa eNgodwana," kusho okhulumela amaphoyisa uJoseph Mabuza.

Umsolwa ubehamba ngemoto eyi-BMW, uzovela ngaphambi kweNkantolo yesiFunda eNgodwana, ngoLwesibili.

UNgqongqoshe woMnyango uVusi Shongwe uthi ukuboshwa kwalo mshayeli kuzothumela umlayezo oqinile kulaba abaphula imithetho yomgwaqo.
 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered clouds. Mild. Pta: 17-25°C a few tstorms. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-21°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C Showers early. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...