Kuboshwe obanjwe nesibhamu e-E Cape

2013-01-01 14:00

Johannesburg - Zimkhalele umlisa waseButterworth, e-Eastren Cape, obanjwe ngamaphoyisa ephethe isibhamu esingekho emthethweni kanye nezinhlamvu.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Jackson Manatha uthi umsolwa oneminyaka engu-31 ubudala uboshwe ngoMsombuluko, kulandela ukuthi amaphoyisa elunywe indlebe.

"Useshwe ngamaphoyisa, kwatholakala isibhamu nezinhlamvu eziyisikhombisa."


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Mild. PE: 15-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...