Kuboshwe obanjwe nensangu ka-R5m

2012-07-24 07:51

Johannesburg -  Amaphoyisa ase-Eastern Cape ashaqe insangu enentengo engaphezu kuka-R5 million ngesikhathi esesha ibhasi emgwaqeni uN2 eKinkelbos, ngasePort Elizabeth ngoMsombuluko.

Amaphoyisa athole izikhwama ezingu-71 zomthunzi wezinkukhu ebhasini lokudiliva izimpahla lakwaMercedes Benz ngesikhathi eqhuba umsebenzi ojwayelekile, kusho uCaptain Andre Beetge.

Umshayeli webhasi, 34, ube eseboshwa wabekwa icala lokudayisa ngensangu.

Kulindeleke avele eNkantolo yeMantshi yasePort Elizabeth kungekudala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. Pta: 4-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-12°C Sunny. Cool. Bloem: 3-12°C More sun than clouds. Cool.
Dbn: 10-20°C Sunny. Cool. PE: 11-18°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...