Kuboshwe izithandani ngokweba imfuyo

2012-08-17 12:03

Bloemfontein - Izithandani zaseFree State ezihlala epulazini elingaseBothaville ziboshelwe ukweba imfuyo emuva kokuqala ngokunqabela amaphoyisa ukuba angene kuleli pulazi ngoLwesihlanu.

UCaptain Stephen Thakeng uthe uphiko olubhekene nokulwisana nokwebiwa kwemfuyo e-Odendaalsrus lulunywe indlebe ngezimvu okusolakala ukuthi zebiwe.

Athe amaphoyisa efika kule ndawo, banqaba ukuwangenisa njengoba eze athola incwadi egunyaza ukuba kuseshwe le ndawo.

UThakeng uthe amaphoyisa abe esengena kule ndawo athola izimvu eziyisishiyagalombili, namaphakethe angu-13 enyama yazo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 11-23°C Partly cloudy. Mild. PE: 16-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...