Kuboshwe izithandani ngokufa kwengane

2012-11-13 08:31

Johannesburg - Kuboshwe umama noyise womfana, 5, ongamzali baseNorth West ngecala lokufa kwakhe ngemuva nje kancane kokuthi emngcwatshiwe, kubika iThe Times ngoLwesibili.

"Le ngane yatholakala ishonile inamanxeba ekhanda nasemzimbeni, ishiswe nangogwayi esithweni sangasese nasemhlane," kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Pelonomi Makau.

"Ukuhlolwa kwesidumbu kwatshengisa ukuthi le ngane yophela ngaphakathi engqondweni."

Lezi zithandani zizinikele emaphoyiseni aseHartbeespoort ngemuva komngcwabo.

Kulindeleke ukuthi zivele enkantolo ngecala lokuhlukumeza nokubulala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

ISA yizwe elishoda ngamanzi - Zuma

Emizuzwini eyi-35 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C High level clouds. Mild. Pta: 17-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-18°C Rain showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 17-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-19°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...