Kuboshwe izithandani ngelokubulala

2012-09-13 08:03

Johannesburg - Kuboshwe izithandani ezimbili eCarletonville, eGauteng, ngesikhathi amaphoyisa ethola imoto eyebiwe nekungeyendoda okusolakala ukuthi bayibulele.

Indoda, 57, ithole laba basolwa, nebaziyo, emzini wayo oseRustenburg ngoLwesithathu ekuseni, kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Katlego Mogale.

Lezi zithandani zibe sezihlula ngamandla le ndoda, zabaleka neCiti Golf yakhe.

Umndeni womufi ube usubika ngemoto eyebiwe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Partly cloudy. Mild. Pta: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C Decreasing cloudiness. Cool. PE: 13-19°C Scattered showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...