Kuboshwe izikhulu ngelobhejane

2012-02-29 07:43

Johannesburg - Kuboshwe izikhulu ezine zeSA National Parks mayelana nokuzingelwa kobhejane ngokungemthetho, kusho iSANParks ngoLwesine.

Izikhulu ezine ziboshwe ngoLwesibili ntambama emuva kokutholakala kobhejane ababili bebulewe eKruger National Park (KNP), kusho okhulumela iSANParks uWanda Mkutshulwa esitatimendeni.

"Lezi zilwane bezidutshuliwe zase zikhishwa izimpondo,"

Zonke lezi zikhulu bezisebenzela ophikweni iPretoriuskop khona kulesi siqiwi.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. More sun than clouds. Warm. Bloem: 14-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Showers late. Mostly cloudy. Mild. PE: 15-19°C Showers early. Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...