Kuboshwe isikhulu soMnyango nosomabhisinisi

2013-01-08 13:02

Johannesburg - Umnikazi webhasi waseGauteng, uboshiwe ngezinsolo ezithi ugwaze ngo-R60 000, egwazela inhloko eMnyangweni wezokuThutha, esiteshini saseDelareyville, kusho uMnyango wezokuPhepha koMphakathi eNorth West.

Umsolwa kuthiwa ubefuna kudedelwe amabhasi akhe ayisithupha, angekho sesimweni sokuba semgwaqeni, amabhasi ashaqwa ngamaphoyisa omgwaqo, kusho okhulumela uMnyango uSimon Mmope.

Isiteshi sibike lolu daba emaphoyiseni, abasolwa zase zibakhalela.

"Inhloko nosomabhizinisi baboshwe bephethe isamba esingu-R30 000," kusho uMmope

Bobabili abasolwa bazovela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseDelareyville, ngolwesithathu.

 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-18°C Sunny. Mild. Pta: 3-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 0-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -1-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-19°C Mostly sunny. Cool. PE: 8-17°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...