Kuboshwe isikhulu ngokugwazisa

2013-01-30 16:36

Johannesburg - Isikhulu eMnyangweni wezeMvelo eLimpopo, sivele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi eModimolle, mayelana necala lokugwazisa.

Uphiko loKlebe lukhiphe lo mbiko ngoLwesithathu.

UMabel Baloyi, 31, uzobuyela enkantolo mhlaka-20 Febhuwari, kusho okhulumela uphiko uCaptain Paul Ramaloko.

Kuthiwa lona ubefuna ukugwazelwa ngusomabhizinisi osebenza ukuhambisela uMnyango amaphepha, umsolwa uboshwe ngoLwesibili.

Uboshwe ngesikhathi ethi ulande imali yokugwazisa, engu-40 000.
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Heavy rain. More sun than clouds. Cool. Pta: 12-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 10-21°C Showers late. More sun than clouds. Cool.
Dbn: 19-24°C Partly sunny. Mild. PE: 15-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...