Kuboshwe iphoyisa ngelokubulala

2012-12-17 13:33

Potchefstroom - Likhalelwe ngamasongo kaSigonyela iphoyisa elisolwa ngokubudula libulale isihlobo salo ePotchefstroom, kusho amaphoyisa aseNorth West ngoMsombuluko.

ULieutenant Colonel Lesego Metsi uthe leli phoyisa kusolakala ukuthi lisebenzise isibhamu somsebenzi ukudubula owesilisa, 36, ngesikhathi kuqubuka ingxabano ngeSonto ntambama.

Iphoyisa kulindeleke livele eNkantolo yeMantshi yasePotchefstroom ngoLwesibili.

Esigamekweni esihlukile, iphoyisa eliyirisevu liboshelwe izinsolo zokugwaza libulale indoda ngaseBloemhof eNorth West.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 1-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-22°C Morning clouds. Mild. PE: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...