Kuboshwe iphoyisa ngelenkohlakalo eKapa

2012-02-29 09:39

Cape Town - Kuboshwe iphoyisa lase-Elsies River eKapa ngezinsolo zokugwazisa, kusho amaphoyisa aseWestern Cape ngoLwesithathu.

ULieutenant Colonel Andre Traut uthe leli phoyisa, 33, lifune imali engu-R50 000 ukuze ubufakazi buvune indoda ebeliyiphenya mayelana necala lokubulala.

Uthe lo wesilisa ube esazisa amaphoyisa, nebala leli phoyisa langena ogibeni.

Leli phoyisa liboshwe ngoLwesibili ngesikhathi lamukela imali engango-R25 000.

Kulindeleke livele eNkantolo yeMantshi yaseBelville ngoLwesine.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-16°C High level clouds. Cool. Pta: 4-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 2-17°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 8-24°C High level clouds. Mild. PE: 9-25°C High level clouds. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...