Kuboshwe iphoyisa mbumbulu eN West

2013-01-01 12:01
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Lishone emini kumgulukudu obugqoke umfaniswano wamaphoyisa uwushaye waphelela, ngesikhathi ubanjwa ngamphoyisa angampela.

Amaphoyisa aseNorth West athi lona weba isibhamu sephoyisa nomfaniswano.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Aafie Botma uthi ngasekupheleni konyaka, iphoyisa laphucwa umfaniswano nesibhamu somsebenzi, lisemzini walo e-Ikageng.

Amalungu omphakathi abikela amaphoyisa ngalesi sigilamkhuba esizenza iphoyisa, sibe sesiboshwa ngoMsombuluko.

"Ubanjwe nemifaniswano yamaphoyisa emibili, nesibhamu," kusho uBotma.

Umsolwa uzovela ngaphambi kwenkantolo ngoLwesithathu.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-21°C Sunny. Mild. Bloem: 10-24°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 16-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...