Kuboshwe indoda esolwa ngokuba umalugaju ePitoli

2015-05-07 13:34

Johannebusrg - Kuboshwe osolwa ngokubandakanyeka ekubulaweni kowesifazane oyedwa kwabathathu kanti kukholakala ukuthi ungumalugaju waseMamelodi, empumalanag nePitoli.

UDaniel Ntokozo Masango, 25,  usolwa ngokubulala uKatlego Ndlovu owatholakala endaweni efanayo nalapho okwatholakala khona izidumbu ezimbili eMamelodi.

Okhulumela amaphoyisa uDoniah Mothutlane uthe uphenyo lwamaphoyisa lwakamuva luveze ukuthi uMasango uyathinteka ekubulaweni kukaNdlovu.

OLUNYE UDABA: Uvume amacala umalugaju wesifazane

Isidumbu sikamufi satholwa sishe kabi ngoSepthemba ngonyaka odlule esikhotheni eMamelodi, kubika i-SABC.

 

  -  “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-18°C Haze. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-30°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 20-24°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...