Kuboshwe abesikhungo sokuhlola izimoto

2013-01-23 16:33

Johannesburg - Badedelwe ngebheyili ka-R2000 umuntu ngamunye, abahloli bezimoto abathathu abasolwa ngokukhipha izimvume zokuthi izimoto zibe semgwaqeni, bengakaze bazihlole.

Abasolwa laba bavele ngaphambi kweJohannesburg Specialised Commercial Crime Court, ngoLwesithathu, kusho amaphoyisa.

UColleen Peterson, 62, Abraham Marwana, 44, noHenry Manuel, 48, baboshwe ngoLwesithathu ekuseni, base bevela ngaphambi kwenkantolo, kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Paul Ramaloko.

Abasolwa bebesebenza esiteshini sokuhlola izimoto eViking Testing Station, eSouthdale.

Icala labo lihlehliselwe usuku olungakazeki.
 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 14-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 13-22°C Afternoon clouds. Mild. PE: 16-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...