Kuboshwe abebe amaphepha ezivivinyo e-Unisa

2012-10-31 12:30

Johannesburg - Kuboshwe amadoda ayisihlanu ngezinsolo zokuthi ebe amaphepha okuhlolwa kwabafundi e-University of SA (Unisa), ophikweni olusePitoli, kusho oKlebe ngoLwesithathu.

UCaptain Paul Ramaloko uthe la madoda, amane awo angawokudabuka eZimbabwe, aboshwe ngoLwesibili.

"Besilokhu silandela umkhondo ngamaphepha abedayiswa."

La madoda kusolakala ukuthi angabafundi amanye ayafundisa emakolishi azimele ePitoli.

La basolwa babhekene necala lokutholakala nezimpahla okusolakala ukuthi zebiwe.

Kulindeleke ukuba bavele eNkantolo yeMantshi ePitoli ngoLwesine.

Okhulumela i-Unisa uMartin Ramotshela uthe inyuvesi izophawula ngalolu aba ngokuhamba kosuku ngenxa yokuthi kusaqhubeka uphenyo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ozithwele uwe i-ambulensi ihamba

Emizuzwini eyi-10 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-15°C Numerous showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 7-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-35°C Showers late. Afternoon clouds. Hot. PE: 14-21°C Partly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...