Kuboshwe abasolwa ngokuduna izimoto

2012-12-03 07:34

Johannesburg - OKlebe babophe abasolwa abane abasolwa ngokuduna izimoto eTembisa, empumalanga neGoli, ngoMsombuluko, kusho amaphoyisa aseGauteng.

"Amalungu oKlebe abophe la basolwa abane eTembisa nabasolwa ngokuduna inqwaba yezimoto eGauteng," kusho uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini esitatimendeni.

La madoda ahlonzwa ngesikhathi kuqala umkhankaso wokuthungatha ezinyangeni ezimbalwa ezedlule.

Abasolwa bazovela eNkantolo yeMantshi yaseTembisa kungekudala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-33°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...