Kuboshwe abasolwa ngokuduna iloli kashukela eKZN

2011-11-04 10:36

Kulindeleke bavele eNkantolo yeMantshi yaseThekwini abasolwa abayisishiyagalombili ngezinsolo zokuduna iloli nabagibeli bayo kuSouth Coast Road.

Kukholakala ukuthi bayingxenye yomkhonyovu wokuduna amaloli nodla lubi eThekwini.

Laba basolwa baboshwe kuleli sonto kulandela uphenyo olwenziwe yiMontclair Task Team.

Leli loli, elalihambisa amathani angu-34 kashukela, ladunwa ngoLwesihlanu layiswa eMkhomazi nalapho kwakuthunjwe khona nababephakathi kulo kwaze kwaba nguMgqibelo.

Phakathi kwabasolwa kukhona nabangabokufika kuleli.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-27°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Widely scattered tstorms. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-25°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Afternoon clouds. Mild. PE: 16-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...