Kuboshwe abangu-20 ababalekela ukondla

2015-08-07 14:34

Cape Town – Kuboshwe abantu abangu-20 ababalekela ukondla eKapa, ngesikhathi amaphoyisa ephuma inqina enza i-Operation Isondlo, kusho umbiko.

Lo mkhankaso kuhloswe ngawo ukubamba abantu abangafuni ukondla.

OwoMnyango wezobuLungiswa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo uZeeshan Muhammad uthe uMnyango usebenzisana namaphoyisa ukuqhuba lo mkhankaso, ukuqinisekisa ukuthi umthetho iChild Maintenance Act uyalandelwa. 

OLUNYE UDABA: Indodana kaTutu iboshelwe isondlo

Uthe bathungatha abazali abakhishelwa izincwadi ezigunyaza ukuthi baboshwe ngoba behluleka ukondla.

NgoLwesithathu ebusuku kwaboshwa abantu abangu-20.

UMuhammad uthe lo mkhankaso uzoqina kakhulu ngo-Agasti.

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone ababili kuphangwa ibhizinisi

Emizuzwini eyi-27 edlule
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-28°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Scattered showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...