Kuboshwe abagebenge isonto eKZN

2013-02-06 07:40

Johannesburg - Alale ebaliwe amadoda amane ayamaniswa nokugqekezwa komuzi osemagcekeni esonto eZinqoleni, ogwini oluseningizimu, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal.

La madoda aphakathi kweminyaka engu-25 no-35 ubudala, aboshwe emalokishini ahlukene - eMlazi, eMzinto naseZinqoleni - ngoMsombuluko ekuseni, kusho uCaptain Thulani Zwane.

Kuthiwa agqekeza umuzi osesontweni iSt Paul Mission ngoJanuwari 7, anxenxa imali.

Ase eba amaselula amahlanu nesamba semali esingadalulwanga.

UZwane uthi abasolwa bazovela eNkantolo yeMantshi yaseZinqoleni ngoLwesithathu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Morning clouds. Cool. Pta: 13-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 8-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 12-17°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...