Kuboshwe ababili ngelokubulala eNorthcliff

2013-01-30 08:06

Johannesburg - Akhalelwe ngamasongo kaSigonyela amadoda amabili mayelana nesigameko sokubulala sango-2008 eNorthcliff, kusho amaphoyisa aseGauteng ngoLwesithathu.

"Bazovela enkantolo ngoLwesine," kusho uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini.

Iphephandaba iThe Star labika ukuthi uGary Smith nodadewabo uKaren Buchanan babeboshwe ngezidwedwe, imilomo ibhandwe nge-duct tape ngaphambi kokushaywa ngoMashi 2008.

Bakhishwa amazinyo, bajicwa ngemicibisholo base bedutshulwa emakhanda.

UBuchanan wadutshulwa esiphundu kwathi umfowabo wadutshulwa emlonyeni.

Izidumbu zabo zatholwa umsizi wasendlini.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Mild. PE: 15-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...