Kuboshwe ababhikishi eN West

2012-10-24 16:16

Johannesburg - Abantu abayishumi nane baboshiwe ngoLwesithathu ngesikhathi beqhuba umbhikisho ngaphandle kwamahhovisi kaMasipala waseLichtenburg, kusho amaphoyisa aseNorth West.

Ababhikishi bebefuna ukuqashwa ngokuphelele, kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Aafje Botma.

Bonke abasolwa bazovela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi eLichtenburg ngoLwesine, babhekene namacala okudala udlame emphakathini.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-14°C Numerous showers. Morning clouds. Cool. Pta: 7-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-15°C Mostly sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 12-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 10-21°C Rain late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...