Kuboshwe ababhikishi eMpumalanga

2012-06-01 15:25

Johannesburg - Balinganiselwa ku-45 abantu ababoshiwe embhikishweni onodlame obuqhubeke eBarberton, eMpumalanga ngoLwesihlanu, kusho amaphoyisa.

Amaphoyisa asebenzise isisi esikhalisa unyembezi ehlakaza abahlali ekade bezama ukushisa izitolo zabokufika, kusho uSergeant Gerald Sedibe.

Uthi ababhikishi bavale imigwaqo bashisa namathaya.

Abahlali bathi inyuvesi ekuthiwa izokwakhiwa eWhite River, kumele yakhiwe eBarberton.

Kuthiwa bakholwa wukuthi lokhu kuzokwenza ngcono izinga lokushoda kwemisebenzi.

ababoshiwe bazovela enkantolo maduzane.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Rain showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-10°C Sunny. Cool.
Dbn: 10-18°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-18°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...