Kuboshwe ababanjwe nomthofu

2012-12-28 14:33

Johannesburg - Kuboshwe amadoda amabili ngemuva kokubanjwa ephethe umthofu wenani lika-R100 000, eRoodepoort, kusho amaphoyisa ngoLwesihlanu.

"Amaphoyisa alunywe indlebe ngetekisi ethwele amakhebuli omthofu nebipakwe erenki yamatekisi enkabeni yeRoodepoort," kusho okhulumela amaphoyisa uVincent Mashiteng.

Amaphoyisa anikele kule renki ngoLwesihlanu ekuseni athola amakhebuli angu-715kg.

Amadoda amabili atholakale kule tekisi kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseRoodepoort ngoMsombuluko.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 7-25°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 6-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 10-20°C Afternoon clouds. Mild.
Dbn: 15-19°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 17-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...