Kuboshwe ababanjwe nensangu

2013-01-07 11:02

Johannesburg - Ziwakhelele amadoda amabili aseKimberley abanjwe ngamaphoyisa nensangu eyisisindo esingu-39kg, kusho amaphoyisa aseNorthern Cape.

Ngokusho kokhulumela amaphoyisa uLieutenant Donald Mdhluli uthi amaphoyisa alunywe indlebe ngabasolwa abaneminyaka engu-24 no-52 ubudala, abakade bethwele insangu beyiyisa eFree State.

Abasolwa baboshwe bese-Indian Centre, eKimberley, insangu ababanjwe nayo ingaba yinani lika-R40 000.

Kulindeleke abasolwa bavele ngaphambi kweNkantoo yeMantshi yaseKimberley, maduzane.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C Sunny. Mild. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-20°C a few showers. Morning clouds. Cool. PE: 11-17°C Drizzle. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...