Kuboshwe 7 ngebhomu eMangaung

2012-12-17 09:00

Bloemfontein - Kuboshwe amalungu ayisikhombisa esigejana ebesakha itulo lokuqhumisa ngebhomu elinye lamatende ekubanjelwe kuwo inkomfa yokuqokwa kobuholi ye-ANC eMangaung.

Laba abasolwa ngokuba ngabashokobezi baboshwe ngeSonto eFree State, Northern Cape naseLimpopo yithimba loKlebe nabezobunhloli.

Kuthiwa abasolwa bebehlela ukubhomba elinye lamatende amakhulu kule nkomfa.

Amaphoyisa ababophe eBloemfontein, eDouglas eNorthern Cape naseMookgophong eLimpopo, ngemuva kophenyo olunzulu.

ICity Press ithi izwe ngemithombo ethembekile ukuthi omunye wabasolwa ulivimile icala phambi kwemantshi.

Okhulumela i-ANC uJackson Mthembu uthe “bebengazi lutho” ngalokhu kusatshiswa ngebhomu.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- City Press

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ukhala ngobuhlaza bamanesi obesikwa

Emizuzwini eyi-40 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-14°C Numerous showers. Morning clouds. Cool. Pta: 6-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 2-15°C Mostly sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 12-23°C Showers late. More sun than clouds. Mild. PE: 9-19°C Showery. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...