Kuboshwe 5 'wamayengandoda' eThekwini

2012-05-16 10:07

Durban - Kuboshwe abesifazane abayisihlanu okukholakala ukuthi abaseThailand ngesikhathi kugasela amaphoyisa endaweni ehlala abadayisa ngomzimba eMorningside, eThekwini, kubika iphephandaba iThe Mercury ngoLwesithathu.

Umnikazi womuzi okuSecond Avenue usolwa ngokuba yingxenye yomkhonyovu wokushushumbiswa kwabantu njengoba amaphoyisa emfuna uthuli.

Umthombo osemaphoyiseni utshele leli phephandaba ukuthi laba besifazane bakuleli ngokungemthetho.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Jay Naicker wenqabile ukuphawula.

“Lolu wudaba olulumelayo ngenxa yezinsolo eziphakanyiswayo nanokuthi akukaqinisekiswa lutho ngababoshiwe," kusho uNaicker.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Bopha Bhakabhaka, kusho undunankulu

Emizuzwini eyi-8 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C High level clouds. Mild. Pta: 17-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-24°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-18°C Rain showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 17-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-19°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...