Kuboshwe 5 ngokufa kwasebekhulile

2013-02-13 16:28

Bloemfontein - Kuboshwe amadoda amahlanu asolwa ngokuba nesandla ekubulaweni kwabashadikazi asebekhulile baseBethulie, kusho amaphoyisa aseFree State.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Maselela Langa uthi abasolwa baseminyakeni yobudala ephakathi kuka-17 no- 25.

UGordon noLauna Adams, bobabili abaseminyakeni eko-70 ubudala, batholakala beshonile emzini wabo ngoMgqibelo, babenamanxeba okugwazwa.

Izigilamkhuba zathatha izibhamu ezimbili, zashaya zachitha ngemoto yabashadikazi yohlobo lweToyota.

Abasolwa kulindeleke bavele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseBethulie, maduzane.
     




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Mostly sunny. Cool. Pta: 12-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C High level clouds. Mild. Bloem: 8-19°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-23°C Showers late. Afternoon clouds. Mild. PE: 12-16°C Heavy rain. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...