Kuboshwe 3 ngokufa komuntu e-E Cape

2013-01-07 15:04

Johannesburg - Kuboshwe abantu abathathu mayelana nesehlakalo sokugwazwa kubulawe umlisa e-Elliotdale, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngoMsombuluko.

Isisulu ebesinabangani baso, sibe nengxabano nomnikazi womuzi lapho ebebephuzela khona ngeSonto, kusho uMajor Zamukulungisa Jozana.

"Umnikazi womuzi ube esecela usizo kumalungu omphakathi, wona ebe eseya kulaba balisa, abakade sebehambile kulo muzi,” kusho uJozana.

Bahlaseliwe laba abathathu, ababili kubona bakwazi ukubaleka, kodwa oyedwa washaywa wagwazwa amahlandla amaningi wase eshonela lapho, kusho uJozana.

Amalungu omphakathi abikele amaphoyisa ngesigameko, umnikazi womuzi wabe eseboshwa.

Abanye ababili, abaneminyaka engu-28 no-53 ubudala, baboshwe ngoMsombuluko ekuseni kanti kusathungathwa umsolwa wesine.

Bonke bazovela eNkantolo yeMantshi e-Elliotdale ngoLwesibili, babhekene necala loubulala.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...