Kuboshwe 3 ngelokuphanga eKZN

2012-11-14 12:02

Durban - Kuboshwe amadoda amathathu ngokushaya imnikazi wesitolo nokumgebenga i-airtime nesamba semali esingadalulwanga ePort Shepstone, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal, ngokombiko ngoLwesithathu.

La madoda, aneminyaka ephakathi kuka-18 no-25 ubudala, aboshwa ephanga isitolo esikuMurchison Road ngo-Okthoba 12.

La madoda angena ngendluzula agwaza umniniso ase emphuca imali ne-airtime.

Kulindeleke ukuthi bavele eNkantolo yeMantshi yasePort Shepstone kungekudala.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Sunny. Mild. Pta: 18-33°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 19-32°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...