Kuboshwe 3 ngekogqekeza eGoli

2012-07-13 10:34

Johannesburg - Kuboshwe amadoda amathathu emuva kwesigameko sokuzama ukugqekeza umuzi e-Orchards, eGoli, kusho amaphoyisa ngoLwesihlanu.

UCaptain Phillip Maganedisa uthe laba babanjwe kusanda kwenzeka lesi sigameko ngoLwesine.

"Bangene kulo muzi, babopha umnikazi wawo, 75, nomsizi ngaphambi kokuthatha impahla."

Laba bobabili bazamile ukuhlaba umkhosi, nebala inkampani yonogada yafika ngokuphazima kweso yase ibamba lezi zigebengu zisasendaweni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-26°C Heavy rain late. More clouds than sun. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...