Kuboshwe 2 ngokuduna imoto eKZN

2012-02-23 12:37
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Kuboshwe amadoda amabili eRaisethorpe, eMgungundlovu, ngezinsolo zokuduna iveni yeSuzu, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoLwesine.

Amaphoyisa amise iveni ngesikhathi yeqa irobhothi libomvu ngoLwesibili, kusho uLieutenant Joey Jeevan esitatimendeni.

Amadoda amathathu kwamane abesemotweni aphume abaleka.

Ngesikhathi amaphoyisa ebuza lo wesilisa osalile, uthe ubehleli emotweni elinde umnikazi wayo ngesikhathi edunwa nale moto.

Amaphoyisa abe esebopha amadoda amabili nokulindeleke ukuthi avele eNkantolo yeMantshi yaseMgungundlovu kungekudala.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-24°C Sunny. Mild. Pta: 12-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 10-20°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 8-23°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 15-25°C Sunny. Mild. PE: 14-26°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...