Kuboshwe 2 ngelokuphanga e-E Cape

2012-04-30 14:04

Johannesburg -  Kuboshwe abantu ababili ngokudubula umikazi wesitolo ongowaseSomalia eValencia, e-Addo, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngoMsombuluko.

Baboshwe eValencia ngeSonto kodwa asikho isibhamu noma izimpahla ezebiwe ezitholakele, kusho uLieutenant Colonel Priscilla Naidu.

"Umnikazi wesitolo udutshulwe eqolo ngesikhathi abalisa abathathu bephanga isitolo sakhe ... ngoMgqibelo ebusuku.

"Laba besilisa bangene esitolo bazitapela imali engaziwa inani layo nama-airtime," kusho Naidu.

Amaphoyisa asathungatha indoda yesithathu.

Umnikazi wesitolo oneminyaka engu-40 ubudala uphuthunyiswe e-Uitenhage Provincial Hospital kanti usesimweni esigculisayo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C High level clouds. Warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-20°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...