Kubhikishe izakhamuzi eShallcross

2012-05-22 14:00

Durban - Zibalelwa ku-1 000 izakhamuzi ezivutha zingabaselwe ezigcwele izitaladi eShallcross, eChatsworth, zikhala ngokuhamba ngonyawo lonwabu kwezinhlelo zokuletha izidingo emphakathini, kubika iNewswatch.

Laba babhikishi bahlakazeke ngezikhathi zasemini kulandela umbhikisho odonse amahora amahlanu.

Banikezele ngohlu lwezikhalazo ekhanseleni lendawo.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Vincent Mdunge uthe ababhikishi basabise ngokushaya izimoto ezidlulayo kodwa bakhuzwa ngesikhathi sekufike amaphoyisa endaweni yombhikisho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Amaphoyisa adubule abulala umsolwa eGoli

Emizuzwini eyi-53 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-19°C Showers late. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...