Kubhikishe abafundi basenyuvesi e-E Cape

2013-02-12 08:18

Johannesburg - Izitshudeni zase-University of Fort Hare (UFH) zokhele amathayi ngomlilo zavala amasango kulesi sikhungo semfundo ephakeme e-Eastern Cape zikhala ngokunyuka kwemali yokuhlala ngaphakathi, kubika iDispatch Online ngoLwesibili.

Izitshudeni lezi zibe sezivimbela iziphathimandla ukuba zingene ngoMsombuluko.

Lokhu kuyize ngisho iNkantolo eNkulu yaseBhisho isikhiphe umyalelo wokuthi kumiswe isiteleka.

ISeleka likaShansela e-UFH uMvuyo Tom utshele iDispatch Online ukuthi banqume ukungahlangani nabafundi njengoba isimo sisemanzonzo.

"Ngeke sihlangane nabo njengoba besasikhomba ngodli," ecashunwe esho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered clouds. Mild. Pta: 17-25°C a few tstorms. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-21°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C Showers early. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...