Kubhikisha abafundi base-UFS

2011-08-17 16:41

Bloemfontein – Kubhikishe abafundi baseNyuvesi yaseFree State ngoLwesithathu bethi bafuna inhloko, uJonathan Jansen, ashiye isikhundla sakhe.

Usihlalo seSasco, uManyene Lesapo uthi abafundi abajabulile ngendlela amalungu we-SRC azokhethwa ngayo.

Kulonyaka, amalungu we-SRC azokhethwa yizikhulu zeNyuvesi, futhi angeke bakwazi ukusekwa amaqembu wombusazwe.

I-UFS ikhiphe isitatimende ekhasini labo ku-Facebook, bethi labo abebebhikisha akubona abafunda kuleya nyuvesi.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 19-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C High level clouds. Warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-20°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...