Kubanjwe iphoyisa leba endaweni yesehlakalo

2015-01-05 06:39

Johannesburg - Kubanjwe iphoyisa lomthetho lintshontsha imali endaweni yesehlakalo ePitoli, kusho umbiko wamaphoyisa aseGauteng.

Iphoyisa elisebenza ukuhlola amanyela ezandla la kwenzeke khona izehlakalo, lithwetshulwe yi-video lintshontsha imali kwaFruit and Vegetable, la beliyohlola khona ngemuva kwesehlakalo sokubamba inkunzi esenzeka emasontweni amabili edlule, kusho okhulumela amaphoyisa uNoxolo Kweza.

"I-video iveza iphoyisa licaphuna imali, ngemuva kokuthi litshele abasebenzi ukuthi abaphumele ngaphandle."

"Kuzokwenziwa uphenyo lwangaphakathi bese kuthathwa izinyathelo."

Ngokusho kukaKweza, iphoyisa leli langena embuthweni ngoMashi ka-2008.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...